Umsamo Institute
Umsamo Institute
  • 182
  • 3 761 263
Ukuxhumana ngokomoya okukhona nemali
Thokoza
Kulesiqephu uDokotela VVO uMkhize ukhuluma ngezinkinga ezikhungethe umphakathi, ukwantalala lwezezimali kanye nokulahlekelwa. Kungani imali ingahlali noma ungakwazi ukuchaza ukuthi uyisebenzise kanjani? Awukwazi ukubona ukuthi iyekuphi nokuthi kungani iye lapho. Ikuphi ukuxhumana ngokomoya okukhona nemali nokuthi yini lokhu esikwenzayo okuliphutha?
This episode Dr VVO Mkhize talks about the great ill facing society, financial stress and loss. Why does money never stay or you cannot account how you spent? You cannot see where it went and why. What is the spiritual connection with money and what are we doing wrong?
Переглядів: 4 013

Відео

Kungani sinabantu abaningi kangaka abanobizo kanye nezithunywa kodwa bayahlupheka?
Переглядів 19 тис.3 місяці тому
Thokoza Kungani sinabantu abaningi kangaka abanobizo kanye nezithunywa kodwa bayahlupheka bathwele kanzima phezu kokuba benalesi sipho? Kungenxa yokuthi kusafanele siqonde kahle ukuthi kusho ukuthini ukuba nesiphiwo, kusho ukuthini ukuba ugobela futhi kusho ukuthini ukuba yithwasa. Kulugxenye, uDokotela uMkhize uzoke achaze amaphutha enziwa oGobela kanye namaThwasa. Sicela usazise ngezansi kwig...
Yini inhloso yangempela yokuthwasa?
Переглядів 7 тис.5 місяців тому
Thokoza, Kusukela emandulo yabe ikhona inkolo yeSintu, ukuthwasa okwabe kungena ngaphansi kwayo. Kepha-ke uma sizibuza, yini inhloso yangempela yokuthwasa? Kungani kukhona abanye ababiziwe ukuba bangene kwintwaso kodwa ekugcineni bangabi abelaphi? Kungani abanye bamukele isipho sabadala kodwa bangayi ukuyothwasa? Ozosinika izimpendulo kuyo yonke lemibuzo uDokotela VVO Mkhize. We have always had...
Patient Confidentiality
Переглядів 2,2 тис.7 місяців тому
Thokoza, We are currently shooting season 2 of Ingono Yomsamo and there are some concerns around people's faces appearing on the programme.
A change of Heart is a change of Umsamo
Переглядів 5 тис.7 місяців тому
Thokoza, We are yet to understand the spiritual implications of emotions and feelings we carry in our heart. For this year to change, you need to change Umsamo wakho. This requires a change of heart.
The first message of the New Year from uDkt VVO Mkhize
Переглядів 5 тис.8 місяців тому
The first message of the New Year from uDkt VVO Mkhize
The Spiritual Significance of a name
Переглядів 25 тис.9 місяців тому
Thokoza, This episode uDkt VVO Mkhize will discuss the role a name can play in the success of an individual, team or organisation. How can we best ensure that the name assists in achieving success and what are some examples we can look at.
Umsamo uyini ngempela?
Переглядів 6 тис.Рік тому
Thokoza, Kwesinye isikhathi siba nokudideka ukuthi umsamo uyini ngempela. Abelaphi bendabuko abaningi baqhakambisa ukuthi bahlamba, balungisa futhi babuyisa Umsamo - ngempela basho ukuthini ngalokhu? Empeleni uwulungisa kanjani Umsamo? Iziphi izinqubo ezenziwayo futhi uzithola kanjani izigqikithi zomsuka wezinkinga ngokweqiniso. We are often confused at times as what is Umsamo exactly. Many hea...
Don't let symptoms distract you from the cause
Переглядів 5 тис.Рік тому
Thokoza Sesinamabhayi oMsamo Institute aseyatholakala uma ufuna ukuwathenga. Ungasishayela ucingo noma usithumelele i-email uma udinga ukufaka i-oda. Kufanele sikwazi ukuhlukanisa phakathi kwezinkomba kanye nembangela. Kungaba khona izinkomba eziningi kodwa ibe mincane imisuka yezimbangela. Sichitha esiningi isikhathi siphazanyiswa izinkomba eziningi ezenza ukuthi singabheki emuva ukuze sithole...
Unpacking 'Ukugeza Umsamo'
Переглядів 17 тис.Рік тому
Thokoza, In this video podcast Dr Mkhize will unpack the meaning and understanding of ukugeza umsamo. This is a very common phrase being used incorrectly. Cleansing umsamo is less to the with the physical place but rather that which is in your lineage. Hear what he has to say
Spiritual Consequences of Anger and Hatred
Переглядів 11 тис.Рік тому
Thokoza, Far too many people have hearts filled with hatred and anger. They take this and project it onto others. They carry this energy in their work and in their relationships - everywhere they go. But what are the spiritual consequences of this and how should we deal with it.
A short message from Dr VVO Mkhize
Переглядів 14 тис.Рік тому
A short message from Dr VVO Mkhize
The secret to your spiritual liberation lies in your family history
Переглядів 24 тис.Рік тому
Thokoza, This week Dr Mkhize speaks on the importance and understanding isiko lasekhaya. The secret to your spiritual liberation lies in your family history, traditions and practices.
Yini imfihlo enkulu yamanzi?
Переглядів 76 тис.Рік тому
What is the great secret of amanzi? Why are we sent to the rivers, oceans and waterfalls? But more importantly who sends us there? Yini imfihlo enkulu yamanzi? Kungani sithunyelwa emifuleni, olwandle kanye nase zimpophomeni? Kodwa okubalulekile kakhulu ukuthi ubani osithumela lapho?
Izinkomba zokuthwasa kanye nokuthi yini okufanele ukuqaphele.
Переглядів 37 тис.Рік тому
Thokoza, Abanye abantu bathatha ngokuthi ukuzalwa wembethe kusho ukuthi kufanele uthwase. Lokhu kudideka sekudale ukuthi abantu abaningi bachithe isikhathi, nemali nokunye okuningi ezintweni abangazange bakhonjiswa ukuthi bazenze. Sicela ulalele uDokotela uMkhize echaza kabanzi ngezinkomba zokuthwasa kanye nokuthi yini okufanele ukuqaphele. Some often assume that ukuzalwa wembethe means that th...
Kunolwazi olunjulu aselutholile uDkt Mkhize ngokuzalwa wembethe
Переглядів 24 тис.Рік тому
Kunolwazi olunjulu aselutholile uDkt Mkhize ngokuzalwa wembethe
Ukubaluleka kwemimoya yamawele
Переглядів 21 тис.Рік тому
Ukubaluleka kwemimoya yamawele
umehluko phakathi kwesintu sesintu kanye nesintu sabelaphi.
Переглядів 7 тис.Рік тому
umehluko phakathi kwesintu sesintu kanye nesintu sabelaphi.
Imuphi umndeni okufanele wamukele noma ukhiphe amalobolo?
Переглядів 21 тис.Рік тому
Imuphi umndeni okufanele wamukele noma ukhiphe amalobolo?
Izinga eliphezulu lokusetshenziswa kotshwala
Переглядів 11 тис.Рік тому
Izinga eliphezulu lokusetshenziswa kotshwala
Kunini lapho sihlaba khona inkukhu noma kunini lapho sihlaba khona imbuzi?
Переглядів 78 тис.2 роки тому
Kunini lapho sihlaba khona inkukhu noma kunini lapho sihlaba khona imbuzi?
Kwesinye isikhathi imithi yesintu iyazona izinto zakho
Переглядів 56 тис.2 роки тому
Kwesinye isikhathi imithi yesintu iyazona izinto zakho
Lokhu akuchazi ukuthi umelaphi wokuqala wehlulekile
Переглядів 10 тис.2 роки тому
Lokhu akuchazi ukuthi umelaphi wokuqala wehlulekile
Healing children that are still in school.
Переглядів 25 тис.2 роки тому
Healing children that are still in school.
Singabe ngempela sicebile ngaphandle kokubuyisa umhlaba, amakhaya kanye nemfuyo yobabamkhulu
Переглядів 4,5 тис.2 роки тому
Singabe ngempela sicebile ngaphandle kokubuyisa umhlaba, amakhaya kanye nemfuyo yobabamkhulu
Kungani osaziwayo noma abantu abavelele
Переглядів 11 тис.2 роки тому
Kungani osaziwayo noma abantu abavelele
Indlela abantwana abazalwa ngayo
Переглядів 19 тис.2 роки тому
Indlela abantwana abazalwa ngayo
Kungani imindeni ilwa yodwa kangaka
Переглядів 53 тис.2 роки тому
Kungani imindeni ilwa yodwa kangaka
Umsebenzi nokubonga abadala noMvelinqangi
Переглядів 30 тис.2 роки тому
Umsebenzi nokubonga abadala noMvelinqangi
Impande kaGobela vs impande yasekhaya
Переглядів 12 тис.2 роки тому
Impande kaGobela vs impande yasekhaya

КОМЕНТАРІ

  • @ngcobosindi109
    @ngcobosindi109 День тому

    Thank you Dr. My question is uma inxiwa lingekho esimweni esikahle ngenxa yezinto noma imithi emibi ayayisetshenziswa kudala nenzenjani?

  • @nodolidlamini3868
    @nodolidlamini3868 День тому

    ai Kodwa ngyakuthanda mkhulu ngyafisa ukuza laphe mlambho munye kuningi okwami nezingani zam💔🙏

  • @nobantukeylock242
    @nobantukeylock242 День тому

    Thokoza Mkhulu. Umsebenzi wokuxolisa uwenza kanjani wona mkhulu

  • @sihawumathe3594
    @sihawumathe3594 День тому

    Isiphandla sasemzini wabantu sasifakwa kuyiphi ingalo?

  • @nkosingiphilengcobo8885
    @nkosingiphilengcobo8885 День тому

    Freedom is land. Land is Freedom. Umcebo wethu umhlaba, ngaphandle komhlaba angeke sibe notho olubambekayo

  • @user-ov1ci7qg7k
    @user-ov1ci7qg7k 2 дні тому

    Uma uzalwe ngaphakathi emshadweni wasephinga umama kumuntu wangaphandle kodwa ukhulela kuso lesibongo

  • @LungelaniMmema
    @LungelaniMmema 2 дні тому

    Mkhulu ngicela ungisize ngifise ukuyobonga ekhabomama ngingaqala kanjani ngicela ungifundisa baba

  • @LungelaniMmema
    @LungelaniMmema 2 дні тому

    Amen

  • @sphamandlasphah1843
    @sphamandlasphah1843 2 дні тому

    Mmh Siyabonga Baba Khabazela, isifundo esihle

  • @njingaradebe9652
    @njingaradebe9652 3 дні тому

    100% Correct

  • @Mqondisi101
    @Mqondisi101 3 дні тому

    Khabazela ijule kakhulu le ukhuluma ngayo manje...you are really talking about freedom

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 3 дні тому

    Amadlozi ahlala kuphi futhi abasiza ngani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigqine sesifile nje?

    • @thembamdlongwa5586
      @thembamdlongwa5586 3 дні тому

      Yifa wena. Kuhlanganaphi ukufa name nkulumo

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 дні тому

      @@thembamdlongwa5586 Kodwa awuphenduli umbuzo 😭

    • @user-tu1xi8it6j
      @user-tu1xi8it6j 3 дні тому

      Mude umlando MngomeZulu. Alapho ayesebenzela khona esaphila. Kunezigwebo ekudlunileni komuntu emhlabeni. Bakhona abahlezi kahle. Kodwa abangahlezi kahle bayaye bayivimbe into enhle nanoma unikwa.

    • @vusimngomezulu2500
      @vusimngomezulu2500 3 дні тому

      @@user-tu1xi8it6j Kodwa awuphenduli umbuzo wami 😭, death is the opposite of life like dark is the opposite of light, so nisho kanjani ukuthi umuntu osefile uyaphila kanti usefile?

    • @CryptoGuy95
      @CryptoGuy95 2 дні тому

      Leslima skhona nala kant😂😂 kshuth sihamba siba islima kuwowonke ama page esintu

  • @rough-cut
    @rough-cut 3 дні тому

    🙌🏻 truth be told

  • @mimiaskew6114
    @mimiaskew6114 3 дні тому

    Sad truth! Thank you Mkhulu 🙌

  • @thabodlamini6076
    @thabodlamini6076 3 дні тому

    Ai Khabazela wakhuluma iqiniso, imali akusiyo eyethu

  • @tsepangmputhi9431
    @tsepangmputhi9431 3 дні тому

    Camagu Mkhulu!🙏🏾

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 3 дні тому

    Babu Khabazela mina ngizothanda ukuhluka ngokuphawula kwami. Imali does have spiritual connection ngoba lezinto okhuluma ngazo imfuyo nomcebo okwasendulo kodwa manje konke lokho sekumelwe imali so imali iwona mcebo wesimanje omele imfuyo nomcebo. Ingakho amalobolo sekuba imali imvama not izinkomo zoboya so ikhona i connection

    • @NduduzoKhumalo-m6c
      @NduduzoKhumalo-m6c 2 дні тому

      Ngicela ukubuza, angilwi. Imali iyimela kanjani imfuyo uma imfuyo isekhona? Uma kudingakala ukuthi kwenziwe umsebenzi siyahambha siyothenga leyo mbuzi noma leyonkomo. If imali imele imfuyo ngabe sivele sithenge inyama ebhusha senze ngayo umsebenzi. Money is just convenient.

  • @lindomlindo7588
    @lindomlindo7588 3 дні тому

    Uqinisile baba skhule kunjalo impela

  • @mthokozisidlamini2095
    @mthokozisidlamini2095 3 дні тому

    Cha Khabazela ukukhulumayo kuyiqiniso neqiniso lodwa elingenakuphikiswa , vele imali akusiyona into yethu.

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 3 дні тому

    Khabazela ngiyakuzwa, kusho amakhosi iwona adayisa ngezwe bavumelani umhlaba uhamba, okwesibili times has changed it's a 21 first century

  • @marthaNgaka
    @marthaNgaka 3 дні тому

    Thank you

  • @sidneynkwanyana7548
    @sidneynkwanyana7548 4 дні тому

    Zulu lakithi mkhulu mkhize siyabonga 😢

  • @user-xn7qo8lh4w
    @user-xn7qo8lh4w 5 днів тому

    Thokoza mkhulu syabonga ngokusikhulisa esintwin sakithi uMvelinqangi asigcinele wena 🙏🙏🙏🙏

  • @BuyiMadiks
    @BuyiMadiks 8 днів тому

    Baba ngicela ukubuza ukuthi mangabe ushonelwe

  • @PatieMapa
    @PatieMapa 11 днів тому

    Baba ngiyafisa ukufika esigodlweni sengihlupheke kwanele

  • @NokuphiwaKhumalo-b5s
    @NokuphiwaKhumalo-b5s 12 днів тому

    Sanibona ngicela ukubuza ukt kuyenzekani ukt kudibane isithunywa nedlozi ngiboniswe ngithandaza ngaphinda ngaboniswa ngihamba emanzini ngangena endlini eseduze kwamanzi ngafica abagqoke izimpahla zezangoma baze bangigcaba bathi kuphelele

  • @BoniswaMatshingana
    @BoniswaMatshingana 12 днів тому

    Soyabonga Mikhulu ngengcacisoCamagu

  • @NowalaJenniferMfana
    @NowalaJenniferMfana 14 днів тому

    Molo tata ndicela ukubuza xa uphupha uLovane

  • @Twetwe1000
    @Twetwe1000 17 днів тому

    Baba ,ngiyabonga from Mthimkulu

  • @sibusisonkosi6061
    @sibusisonkosi6061 17 днів тому

    Baba Mkhize ngenkulu inhlonipho bengsacelaukbuza ukuthi uma ingane yazalwa yangenzelwa lutho ngubaba wegazi ebese umama egana kwesinye isibongo lapho okwenzeka khona ukuthi ingane izithole isifaka isiphandla sakulowo muzi kubanenkinga yini uma ignane isifake lesisiphandla??

  • @SkhosipheCele
    @SkhosipheCele 17 днів тому

    Sawubona mkhulu ngicela ukubuza if uzalelwe ekhaya komama(ungumlanywana)ngabe uvumelekile yini ukuphahla emsamu ishise impepho if sebengekho abadala emndeni ngiyabonga

  • @tsholofeloledwaba8566
    @tsholofeloledwaba8566 17 днів тому

    When is first time having twins in the family and they are fraternal twins boy and girl what how to do umbeleko

  • @tsholofeloledwaba8566
    @tsholofeloledwaba8566 17 днів тому

    Thank you Doc is it still suitable to do umbeleko when twins are 3 months as they were born prematurely so they were hospitalized they were released later now they are three months old

  • @hlengiwengcobo419
    @hlengiwengcobo419 18 днів тому

    Uma nihlukene ngexibongo ningenabo abazali nomalume bengasekho kwenziwa kanjani baba nginaleyo nkinga .Manje lelikhaya alibikiwe kepha ngibaphuphe bengaphande bephethe izipho bebahle manje angazi ngenze njani babuKhabazela 🙏

    • @mabutimahlinza4300
      @mabutimahlinza4300 День тому

      Sisi kumele uthole abakubo mama abasaphila noma kungaba abesibongo esifana nesakomalume namasiko afana bese niwenza ke lomsebenzi njengoba uKhabazela asho

  • @user-ss5hc3tj5q
    @user-ss5hc3tj5q 18 днів тому

    Sanibona ngingu Cindi eNorth West,kunomtwana kamfowethu obefunda eCape town university wagula last year ekuhambeni kwakhe nomama kwathiwa unesipho khabo baba,bathi umabengazisa abeze simucelele indlela emsamo ukuze akhanyiseleke indlela okufanele akwenze,bavuma kodwa ngezwa on sekuthiwa bamuyisa ko malome,bamthatha bamyisa enyangeni wayo thwasa,emva kwenyanga simbona sewubuyile kodwa asitshelwanga,sicela ukucaciselwa ukuthi kuhamba kanjani,ngikhathazekile ngekusasa lomtwana

  • @user-kq4zb4yf2q
    @user-kq4zb4yf2q 18 днів тому

    Can you share your contacts

  • @magwegwe3884
    @magwegwe3884 20 днів тому

    Syabonga mtomdala mina sabuyela kubomama ubaba ebaleke nomamncane ngathenga umuzi ngisuka kubomalume ngathenga imbuzi wayithatha sihamba Sonke Saya nembuzi emathuneni wakhuluma u nomama kodwa babengasazwani wabuya nembuzi wayokhuluma emsamo wakabomalume ngoba beyizidakwa sasuka saza kuwo umuzi so mina ngisadidekile namanje ngoba yena usaphila wafika wamemeza abakubo ka Majola kuwukuthi sabuyela kubomama sakhuliswa khona kahle kahle ubaba angikholwa wenza kahle and ngalesosikhathi uyasatshwa akatshelwa

  • @ThokozileTshabalala-bq3kz
    @ThokozileTshabalala-bq3kz 21 день тому

    Wenzenjani ingane mayingene eshubhini in English bathi i (Ectopic)nalapho uyagezwa na?

  • @XoliswaNgqoko
    @XoliswaNgqoko 21 день тому

    Siyabonga mkhulu

  • @malusimhleni
    @malusimhleni 21 день тому

    Siyabonga Mkhulu 🔥🥺 ey ukugcine sesiyqonda lento ngeyngane ave ibalulekile

  • @user-mj1tn9re5p
    @user-mj1tn9re5p 23 дні тому

    Powerful, thank you Mkhulu Siya.

  • @divinityorg
    @divinityorg 24 дні тому

    What happens when utshala inkaba yengane emagcekeni then you happen to move from that home

  • @giftndinisathomas2554
    @giftndinisathomas2554 24 дні тому

    Cela ukubuza lehlahla Uma selila ekhaya ngoba bakhona nabo abathakathi emndenini ngeke bafune ukuganga ngalo nah ngoba Vele nakho liseduze

  • @skhumbuzosifiso6569
    @skhumbuzosifiso6569 25 днів тому

    Baba khabazela ngifuna ukubuza kunento abandala ababayenza lena yokuthi umuntu wesifazane akaqedwa kukhishwe izinkomo ezine(4)bese kube zibizo zingapheleli nazo bese kucelwa umshando kushandwe bese kushona owesilisa umama abuye athole izinye ingane nazo ziyilogwe

  • @mbonisincube359
    @mbonisincube359 25 днів тому

    Sasondela nathi eduze

  • @SimphiweDlamini-q9g
    @SimphiweDlamini-q9g 25 днів тому

    Ngiyabonga ngicela ukubuza if komalume ekekho umalume kukhona omkhulu n basingisiwe weshiyekwe umuzi umkhulu wakho osengasekh naya umuzi wakhe akawubukang

  • @NokwaziMakukula
    @NokwaziMakukula 25 днів тому

    Baba Ngunezi ulanjwana uwulandaphi umkhonto?

  • @lucienmahlangu5560
    @lucienmahlangu5560 26 днів тому

    Thokoza Mkhulu ngicela ukubuza mina nomyeni wami sishadile ngo2019 ngo2020 kwavuka abadala kumina isithunywa nedlozi ngo2022 kwaphakama bakubomyeni wami phezu kwami mina bangiyekisa umsebenzi wami beza ngephupho ka3 bathi mina ngihambe ngiyovusa umuzi wabo ngoba awusekho umuzi ngiphindele lapho basuka khona kudala kuthe kusenjalo ngayeka ngempela umsebenzi ngayokwakha isigodlo sabo lapho bangithumele ngashiya inganezami esikolweni ngobazifunda nomyeni wami ngenxa yomsebenzi kulezinyanga ezidlule ngathola iwhatsup kudadewethu okababomncane engitshela ukuthi umuzi kaMkhulu wathengiswa kunabantu asebakhile okuyena baba esisele naye ngamlanda umkhulu ongukhokho kumina ozala umkhulu wami ozala ubaba wami 5hours drive from joburg lapho alwakhona impi ngo1837 if ngingaphosisi ngamngenisa osele manje indodana yakhe enguMkhulu wami ozala uBaba wami inkinga ngahamba ngacela yena ubabomncane lona esisele naye okunguyena owazi ithuna lakhe ngoDecember wonyaka odlule wathi usabambekile namanje ngisamlindile ngoMay ngathola ukuthi mina nomyeni wami sembethwe ngamakhehla sobabili futhi ngamagedla kwenzeke into engavamile bathi bona wubani ovumile ukuthi angishade ngoba mina ngiyindlovukazi yabo yingakho bathi ngivuse umuzi wabo kufanele alobole idlozi umshado wethu awunankinga kujatshuliwe ngasosonke isikhathi bangibonisa inkomo ebrown or bomvu not sure ifuna ukungihlaba ngaphinde ngaphupha imbuzi emhlophe ekhanda ibrown kunomcimbi kuthiwa kulindwe mina ngingene esigodlweni lapho kwakuhleli inyanga enkulu nabantu bomndeni bagcoke ubuhlalu abanye bakhona angazi Mkhulu umsebenzi wami usemningi mkhulu inkinga imali

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 29 днів тому

    Wena wasembo

  • @PulaneLehloo
    @PulaneLehloo 29 днів тому

    Siyabonga 👏👌✨️